Phondolwendlovu Mzolo eMkhambathini

134 posts

Phondolwendlovu Mzolo eMkhambathini

Phondolwendlovu Mzolo eMkhambathini

@DavidMenzi

African

Pietermaritzburg, South Africa انضم Aralık 2022
175 يتبع108 المتابعون
Phondolwendlovu Mzolo eMkhambathini
@sbongi1 sawbona mphathi:ngicela ukubuza mayelana nemphumela yomncintiswano wabantu abenza kahle emphakathini(#uKhozifm 63) ukuthi iphuma nini?ngingomunye owayephakanyisiwe ngakubo manje nginengcindezi yabantu ababengivotela ababuzayo kanti izimpendulo anginazo,ngyabonga.
Indonesia
0
0
0
8
Phondolwendlovu Mzolo eMkhambathini
@MbathaLonda sawbona maShandu:mina ngifuze ubaba uNsimbedlezinye ngakho konke,inkani nokungasabi ngisho ngabe kuyafiwa lapho kuzoba iphimbo eliphezulu nelithusayo kuba sengathi ngiyalwa.okubuhlungu ngofuzo ufuza ngisho into embi #sekuntwelezasi.
Indonesia
0
0
0
3
Phondolwendlovu Mzolo eMkhambathini
@nkalane16 mfokaGcwensa:kuzokhumbuleka ukuthi into esiyibanga nabokufika amathuba omsebenzi kanye nobugebengu obubandakanya ukudayiswa nokushushumbiswa kwezidakamizwa.ngakho-ke le yokufa kwezingane zethu ngenxa yokudla okudayiswa yibo sekuyengeza nje ezintweni esibazondela zona.
Indonesia
0
0
0
25
Phondolwendlovu Mzolo eMkhambathini
@ukhozica maMkhize:iskhathi sokuthi uhulumeni avune akutshalile ngokuchema nabantu bokufika njengoba sekufa abantu ngezimpahla abazidayisayo,angatatazeli okomuntu ochatha uhlanya kwazise kade babemtshela abantu abawumnsinsi wokuzimilela athi bayacwasa.
Indonesia
0
0
0
3
Phondolwendlovu Mzolo eMkhambathini
@sbongi1 sawbona dadewethu:ngicela ukubuza ngomncintiswano woKhozi wabantu abenza kahle emphakathini #ukhozifm63,imiphumela kuze kube kanje ayiphumi kanti abantu basivotela ngemali yabo,bafuna izimpendulo nathi kasinazo,ngicela usizo mphathi,ngyabonga #ukhozifm63.
Indonesia
0
0
0
3
Phondolwendlovu Mzolo eMkhambathini
@ukhozi_fm sawbona:ngicela ukubuza mayelana nomncintiswano wabantu abenza kahle emphakathini #ukhozifm63,abantu bayasibuza kuqhubekani ngawo kwazise imiphumela ayikaphumi kuze kube manje kanti abantu bavota kakhulu ngezimali zabo,inkinga nathi asinazo izimpendulo #ikhwezilokusa.
Indonesia
0
0
0
4
Phondolwendlovu Mzolo eMkhambathini
@nkalane16 mfokaGcwensa:icala lokubulawa kukaSenzo Meyiwa lizoba ingqophamlando,yithuba elihle lokithi ezobulungiswa zikhiphe amangwevu zigeze igama lazo njengoba zingasathembeki kubantu,nginethemba abenzi bobubi azobakhalela amasongo kaSgonyela.
South Africa 🇿🇦 Indonesia
0
0
0
6
Phondolwendlovu Mzolo eMkhambathini
@ladydwabantu #teatime-mamKhoza:Usisi angimsoli mina ngoba nemnyaka yabo yayisabavumela ukuphila leyampilo,kufanele azidele amathambo agonyuluke emndenini aphinde athole ukwelulekwa ngokwengqondo,mangizwa kahle engathi vele kwakungaba nzima ukulandela umkhondo #jabulujule.
Română
0
0
1
8