IzindabaZethu

5.8K posts

IzindabaZethu banner
IzindabaZethu

IzindabaZethu

@IzindabaZethu

Thola izindaba zethu ku DSTV Channel 163 njalo ngehora lesihlanu ntambama (5PM). Nizethulelwa yiNewzroom Afrika.

Katılım Ocak 2023
2 Takip Edilen3.1K Takipçiler
IzindabaZethu
IzindabaZethu@IzindabaZethu·
Usomlomo we Phalamende u Thoko Didiza uthi asikho isizathu sokukhathazeka ngendlela isishayamthetho esilusingethe ngayo udaba lokuphenywa kukamengameli Cyril Ramaphosa kulandela isinqumo senkantolo yomthethosisekelo. #izindabaku163 #NewsOnWethu
Indonesia
0
0
0
91
IzindabaZethu
IzindabaZethu@IzindabaZethu·
Kuboshwe abantu bokufika abangaphezu kweshumi emjondolo engaphandle kwehostela lase Fleurhof entshonalanga yeGoli emva kokba betholakale bengenawo amaphepha okuba kulelizwe. #izindabaku163 #NewsOnWethu
0
5
10
483
IzindabaZethu
IzindabaZethu@IzindabaZethu·
Amaphoyisa aKwaZulu-Natal aphenya amacala amathathu okubulala emva kokubulawa kuka Sokhemisi u Nomzila Madinane kanye nezisebenzi zakhe ezimbili e-Hillcrest. #izindabaku163 #NewsOnWethu
Indonesia
0
4
11
1K
IzindabaZethu
IzindabaZethu@IzindabaZethu·
Ibibukene ngeziqu zamahlo phakathi kwabokufika nabakuleli kulandela ukuboshwa kwabantu abane e Danota khona Ekurhuleni. #izindabaku163 #NewsOnWethu
Indonesia
14
81
203
9K
IzindabaZethu
IzindabaZethu@IzindabaZethu·
Izakhamuzi zas'Ekurhuleni empumalanga yeGauteng zibambe umbhikisho zikhala ngamabhizinisi aqasha abantu bokufika abakuleli ngokungemthetho, izidakamizwa nobugebengu obudlange kulendawo ezithi kwenziwa abantu bokufika. #izindabaku163 #NewsOnWethu
Indonesia
1
65
177
2.8K
IzindabaZethu
IzindabaZethu@IzindabaZethu·
Abantu abadabuka kwamanye amazwe abasuswe esikhungweni iDiakona enkabeni yedobha iTheku bafuna uhulumeni wakulelizwe ubahlinzeke ngendawo yokukhosela kuze kuba luyaxazululwa udaba lwabokufika abakuleli ngokungemthetho. #izindabaku163 #NewsOnWethu
Indonesia
1
1
1
96
IzindabaZethu
IzindabaZethu@IzindabaZethu·
Siphansi ngo 4,6 wamaphesenti isibalo samacala abikiwe anendluzula kulesigamu sonyaka. Lokhu kudalulwe ibamba lika Ngqonqoshe wamaphoyisa u Solwazi Firoz Cachalia khathi ethula izibalo zobugebengu esigamini sesine sonyaka ekomkhulu lamaphoyisa e Pitoli namhlanje. #izindabaku163
Filipino
0
0
0
45
IzindabaZethu
IzindabaZethu@IzindabaZethu·
Izakhamuzi zase Thokoza zikhala ngokuthi amaphoyisa abopha abaholi bazo njengoba zibabe umbhikisho wokuzwakalisa ukungenami kwabo ngezinkampani eziqashe abokufika abangenawo amaphepha okuba kulelizwe. #izindabaku163 #NewsOnWethu
0
0
1
133
IzindabaZethu
IzindabaZethu@IzindabaZethu·
Kuboshwe abantu abayisikhombisa okusolakala ukuthi bakulelizwe ngokungemthetho njengoba izakhamuzi zase Thokoza eKurhuleni ziqhubeka nokubhikisha ngoba zikhala ngokuthi ngezinkampani ezise Alrode nabathi ziqashe abokufika abangenawo amaphepha okuba kulelizwe. #izindabaku163
5
4
9
974
IzindabaZethu
IzindabaZethu@IzindabaZethu·
Umndeni ka Sokhemisi u Nomzila Madinane waKwaZulu-Natal obulawe kwaNyuswa uthi losokhemisi uzamile ukuthola ukuvikeleka emaphoyiseni izikhawu eziningi lapho ebehlukunyezwa khona owesilisa ayethandana naye. Thola udaba olugcwele ngehora lesihlanu ntambama ku Mzansi Wethu
Indonesia
0
0
4
672
IzindabaZethu
IzindabaZethu@IzindabaZethu·
Amaphoyisa aKwaZulu-Natal aphenya amacala amathathu okubulala emva kokuba kubulawe uSokhemisi u Nomzila Madinane kanye nezisebenzi zakhe ezimbili e-Hillcrest. #izindabaku163 #NewsOnWethu
IzindabaZethu tweet mediaIzindabaZethu tweet mediaIzindabaZethu tweet mediaIzindabaZethu tweet media
Indonesia
1
0
1
456
IzindabaZethu
IzindabaZethu@IzindabaZethu·
Amaphoyisa aKwaZulu-Natal aphenya amacala amathathu okubulala emva kokuba kubulawe uSokhemisi u Nomzila Madinane kanye nezisebenzi zakhe ezimbili e-Hillcrest. #izindabaku163 #NewsOnWethu
Indonesia
1
3
11
929
IzindabaZethu
IzindabaZethu@IzindabaZethu·
Owokufika ongowokudabuka eDRC ebuzwa ukuthi unaso yini isifiso sokubuyela kwelakubo uthe cha kungaba ukuthi uyavakasha nje bese ephinde eyabuya hhayi ukuthi ayohlala khona ngoba ukhulele eNingizimu Afrika akazi lutho ngokwenzeka e DRC.
Indonesia
2
7
4
7.6K
IzindabaZethu
IzindabaZethu@IzindabaZethu·
Obhekele umnyango wokuhlaliswa kwabantu ekomidini lemeya eGoli u Mlungisi Mabaso thi kusazoba nzima ukuqeda nya ngenimjondolo eGoli njengoba abantu bedayisela abantu leyomjondolo uma ngabe uhulumeni esebetholele indawo yokuhlala. #izindabaku163 #NewsOnWethu
Indonesia
0
2
1
331
IzindabaZethu
IzindabaZethu@IzindabaZethu·
Obhekele umnyango wokuhlaliswa kwabantu ekomidini lemeya eGoli uthi abantu bokufika abakulelizwe nokungemthetho ibona abagcwele emijondolo eminingi kulomkhandludolobha, lokhu bakubone njengoba uqhubeka umkhankaso wokuhambela lemijondolo kanye nokukhuculula iGoli. #izindabaku163
Indonesia
4
17
41
1.3K
IzindabaZethu
IzindabaZethu@IzindabaZethu·
Izakhamuzi zase Thokoza zibambe umbhikisho ukwazakalisa izikhalo zazo ngezinkampani ezise Alrode nabathi ziqashe abokufika abangenawo amaphepha okuba kulelizwe. #izindabaku163 #NewsOnWethu
0
2
5
464
IzindabaZethu
IzindabaZethu@IzindabaZethu·
Umqeqeshi weSiwelele FC uLehlohonolo Seema uthi ubheke lukhulu eqenjini ngesizini ezayo njengoba ezoba nesikhathi esanele ukulungiselela isizini nenqembu. #izindabaku163 #NewsOnWethu
Indonesia
0
0
0
56
IzindabaZethu
IzindabaZethu@IzindabaZethu·
Inkantolo ephakeme e Western Cape isigodlile isinqumo ecaleni leqembu le Economic Freedom Fighgters eliphosele inselele enkantolo amandla kangqongqoshe wezemali u Enoch Godongwana okwenza izinguquko enteleni ekhokhwa ngelitha lo Petrol no Dizili. #izindabaku163 #NewsOnWethu
Română
0
0
1
90