King MisuZulu Ka Zwelithini
443 posts

King MisuZulu Ka Zwelithini
@Misuzuluking
Official Page for ISilo UMisuZulu KaZwelithini Handle by Galawela Productions Website link 👇🏾👇🏾👇🏾👇🏾👇🏾👇🏾👇🏾👇🏾
South Africa Katılım Mayıs 2021
0 Takip Edilen57.5K Takipçiler

INgonyama isiphumile kulelizwe ilibangise eZimbabwe ukuyohlangana noMongameli wakhona iMbube ihamba noNdlunkulu uMdolomba neKumkani, aBantwana neNkosi uChiliza, umphathi wehhovisi leNgonyama.
#kingmisuzulukazwelithini
#VIRALVIDEOS
#unity
Indonesia

Umholi weqembu iBOSA uMusi Maimane nethimba lakhe ubezokotha INgonyama esigodlweni kwaKhangela. ABantwana basendlunkulu kanye noNdlunkulu uMdolomba bebekhona kulomhlangano.
#kingmisuzulukazwelithini
#viralvideochallenge
#unity
youtu.be/XH5IwFox7xA

YouTube
Filipino

Ubuholi benhlangano ye ANC bufike ukuzokotha INgonyama eSigodlweni EMashobeni. Bezocela isibusiso komdala njengoba sekusondela izinsuku zokhetho.
Pictures: Zithunyelwe
#kingmisuzulukazwelithini
#ingoyamatrust
#HlanganaZulu
#unity





Namuhlanje uMongameli uCyril Ramaphosa ube nomhlangano noNgonyama ISilo INdlulamithi Yamakhosi lapho khona bebeyodingida udaba lwabokufika.
UMongameli ubeyokwazisa INgonyama ngezinhlelo zikaHulumeni zokusebenza udaba lwabokufika futhi athole nokwelulekwa eNgonyameni. UMongameli uphinde wacela ISilo samabandla ukuthi sikhulume nabantu sibagqugquzele ukuthi benze imibhikisho enokuthula, kungabi nodlame ezweni.
ISilo sacacisa kudala ukuthi abokufika abakuleli ngokungemthetho kumele bahambe ngoba akekho umuntu ongenalo ikubo. ISilo futhi siphinde sagqugquzela ukuthula sathi abokufika abahambe ngokuthula.
#kingmisuzulukazwelithini
Indonesia

INgonyama iNdlulamithi yamakhosi ibusise ukuhlelwa kwemiklomelo, ezokhuthaza labo abenza kahle njengobuqhawe. KwaZulu kudala iSilo sakwaDukuza iLembe lalibaklomelisa abantu abenza kahle nababehlabana ezimpini.
Kuzomenyezelwa ukuthi azoba nini Zulu .
#kingmisuzulukazwelithini
#zulukingdomawards
#ingoyamatrust
#HlanganaZulu
#unity

King MisuZulu Ka Zwelithini retweetledi

Chairperson of the Inter-Ministerial Committee (IMC) on Migration, Minister Mmamoloko Kubayi, is leading a delegation to the KwaZulu Royal House to meet with His Majesty King Misuzulu kaZwelithini. She is accompanied by the Deputy Minister of International Relations and Cooperation, Thandi Moraka and
the Acting National Commissioner of the South African Police Service (SAPS), Lieutenant General Puleng Dimpane.
The engagement forms part of government's ongoing efforts to manage migration and strengthen collaboration with traditional leadership.
#govzaupdates




English

INgonyama ithi bangashaywa abokufika kumele bahambe nje abangenawo amaphepha okuba lapha.
#kingmisuzulukazwelithini
#ingoyamatrust
#HlanganaZulu
#unity
Indonesia

Ubuholi bomkhandlu wase Mhlathuze Municipality buholwa uMhlonishwa Mayor Xolani Ngwezi, Speaker T Gumede and Municipal Manager Mr PN Mhlongo
Bebezokotha INgonyama iNdlulamithi yamakhosi bakhuleke ngamaguqa ayisthupha.
#kingmisuzulukazwelithini
#ingoyamatrust
#HlanganaZulu
#culturematters
#unity

Filipino

*PRESS RELEASE / EVENT ANNOUNCEMENT*
*SIVANANDA WORLD PEACE FOUNDATION TO HOST 12TH INTERNATIONAL DAY OF YOGA*
*HIS MAJESTY KING MISUZULU KAZWELITHINI TO ATTEND*
The *Sivananda World Peace Foundation* will host its *12th International Day of Yoga* on *Saturday, 21 June 2026* at the *Durban Amphitheatre, opposite Elangeni Hotel*.
*His Majesty King Misuzulu kaZwelithini* will attend the event, lending royal support to a celebration that has become South Africa’s largest annual International Day of Yoga gathering.
*Event Focus:*
*Theme:* _Yoga for Anti-Aging_
*Purpose:* Promoting wellness, healthy ageing, stress reduction, and *social cohesion* among all South Africans.
The day will bring together citizens from diverse cultures, faiths, and generations under the message of *Unity in Diversity and Oneness*.
*Event Details:*
*Date:* Saturday, 21 June 2026
*Venue:* Durban Amphitheatre, opposite Elangeni Hotel, Durban
*Time:* 09:00 – 12:00
*Entry:* Free. All welcome.
Hosted by *Prince Ishwar Ramlutchman Mabheka Zulu*, President of the Sivananda World Peace Foundation, and supported by the *Deputy President of the Republic of South Africa*.
_“Yoga promotes social cohesion and harmony among our people. I encourage all South Africans to embrace yoga as part of a healthier lifestyle,”_ said His Majesty King Misuzulu kaZwelithini.
_Yoga Unites_
#kingmisuzulukazwelithini
#ingonyamatrust
#hlanganazulu
#unity
English

Uvaliwe uMhlangano eLindantonga INgonyama neNkosi uNyazi lweZulu kanye neNkosi yamaQadi INkosi uNgcobo.
#kingmisuzulukazwelithini

Indonesia

INgonyama ikhathazekile ngabantu bayo ababulalanayo eMahostela, aseThekwini naseGoli.
Video cred: INakho Productions
#kingmisuzulukazwelithini
#ingoyamatrust
#HlanganaZulu
Filipino














