Danonoyamaqili kaMambulu kaSondokhulu isgodi

5.9K posts

Danonoyamaqili kaMambulu kaSondokhulu isgodi banner
Danonoyamaqili kaMambulu kaSondokhulu isgodi

Danonoyamaqili kaMambulu kaSondokhulu isgodi

@Nkulumkhize61

Silwa nempilo

maphumulo Katılım Ekim 2021
2.7K Takip Edilen3K Takipçiler
Danonoyamaqili kaMambulu kaSondokhulu isgodi
Bengithi lomthetho ohlongozwayo uzosiza kuvimbeki lezimvumo zokudilizelwa kwabantu imizi ekuthiwa yakhiwe ngokungemithetho umzekelo kwadukuza izinduna zenkosi zaxova ngezibomu zadla indawo yomlungu inkantolo yasivuna umlungu labhubha , akumele zikhokhe induna ? @qiniso_mbili
0
0
0
3
Danonoyamaqili kaMambulu kaSondokhulu isgodi
@qiniso_mbili ungaba nokuthula umthetho omusha hhay bahlukumezekile abantu kubuhlungu esikubona ezinkundleni zokuxhumana bebhudlizelwa izindlu zikanokusho end akuvamile ukuwiswa imikhukhu kubulawa izakhiwo zemali mina ngamane ngidayise izingane ngiyofuna umuthi kwaXhosa ngyafunga
Indonesia
0
0
0
4
Danonoyamaqili kaMambulu kaSondokhulu isgodi
@qiniso_mbili Q kunjani ngicela ukubuza umyalelo wokuboshwa kwalezikhulu ukhishwa inkantolo noma izikhulu zamaohoyisa phecelezi ozakwabo ? Ingabe kuhamba ngakho yn mabeboshwa besaqhubeka nokuthula ubufakazi? Bese scele uhulumeni esakhele clinic nezindlu kaMambulu sabavoti bakhe
Indonesia
0
0
0
7
Danonoyamaqili kaMambulu kaSondokhulu isgodi
@Zamamagic #KuhleKwethu zama kuzoba nezintombi zikaLihle Shezi ngezi27 zibuya eDankop kaNgubane 15 June uskuta mhlambo uhambisa amatshali ekhweni lakhe eSese kaNgobese 16 June kuyoba nomemulo kaLethi Ngubane kaMenyezwayo uyophinde ekhehlwe umyeni wakhe Sfiso Dladla
0
0
0
14
Danonoyamaqili kaMambulu kaSondokhulu isgodi
#KuhleKwethu Zama kuzoba nombondo kaNsunda ubuya kaNgubane eDankop nge27 15 June uSkuta uhambisa amatshali kaNgobese eSese 16 June kuyoba nomemulo kaLethi Ngubane kaMenyezwayo uyophinde ekhehlwe umyeni wakhe Sfiso Dladla ngimenyiwe ngoba ngobukela ngiphuza extreme ngingomi plz
Indonesia
0
0
0
19
Danonoyamaqili kaMambulu kaSondokhulu isgodi
@TuMhlaba1 abokufika abazishise izakhiwo zikahulumeni vese sezwa ngaye uhulumeni kaAnc ukuthi abakithi so ohlabeyakhe akaphikiswa ke, angiyena onokuvikela izenzo zeSaps kepha cha kulokufa koMlawe awanangcobho awabashayi abokufika bandla konsundu okushiswa impepho kuphela 😢 😭
Indonesia
0
0
0
5
Danonoyamaqili kaMambulu kaSondokhulu isgodi
@TuMhlaba1 mkhaya angisikekwelijikayo amaphoyisa amsulwa kuthiwa bekufe owakith onsundu bengizowanuka kepha abokufika abathintwa sdalo mina nawe siyashubhwa senziwe noma yn kodwa cha owokufika amthatha njengezikhulu zikaAnc uyahlonishwa angibonge ithuba manginamanga phika ngizwe
Indonesia
0
0
0
11
Danonoyamaqili kaMambulu kaSondokhulu isgodi
@ukhozica khizo asishodelwa ilutho nje labantu bangaphandle abafiki nakhono bafika besanuka ubisi befundisane umsebenzi lana so sikwamachangca ngenxa kakhongolose uncethezela ivoti ubenzela omazisi nezingane zinikwa itifiketi zihola amaqolo nje okubuhlungu wena ngeke udle ngakubo
Slovenščina
0
0
0
9
Danonoyamaqili kaMambulu kaSondokhulu isgodi
@ukhozica Khizo noMshazi akukho esingakukholwa okushiwo umnyango wezasekhaya abokufika bagcwele siphila nabo yize singabafuni siphoqwa isimo ngoba ukhongolose usifunze ukuthi abakithi ngenkani abanasizo labantu ababhenki abavoti imithuqa nje ezotapa imali ihambe iyoyidla ngakubo
Indonesia
0
0
0
9
Danonoyamaqili kaMambulu kaSondokhulu isgodi
@ukhozica sisacela nisibizele izimatshi namajaji kebezosichazela intezwakala ngokugwentshwa kukamongameli weqembu Eff nakhu sididekile sabavoti abameli angeke besichazele esizokuzwa basebhizinisi vese Akuze abasebenzi basenkantolo abembatha amajazi abomvu sdidekile kakhulu
Română
0
0
0
9
Danonoyamaqili kaMambulu kaSondokhulu isgodi
@TuMhlaba1 inkosi uNgcobo akamuse ujuzinyundela nje esizweni abokufika abahambe sicela amakhosi akhele ilembe ebambisane noPhakelumthakathi kulungiswe konalele kakhulu bekhishwe ezitaladini kungene omalo noAunt abokufika beyozama ngakubo kungenjalo sizodlana sodwa inkulu indlala
Indonesia
0
0
0
7
Danonoyamaqili kaMambulu kaSondokhulu isgodi
@TuMhlaba1 mkhaya scela ukubona ubufakazi esefake umfaniswano uJuju sobona ukuthi umthetho uyalingane okwamanje asikwazi ukujabulela izesokholwa ngobufakazi Mekunjalo azimqobolise angithi ungomunye ovuna abokufika ezweni lethu lomkhulu Ngibonge ngokuthatha umbono ngeClinic &RDP
Indonesia
0
0
0
3
Danonoyamaqili kaMambulu kaSondokhulu isgodi
@ukhozica akagwetshwe khona namhlanje engabuyi enganikwa nethuba lokuphosela inselelo .. Buphi ubuholi weseqiwe ezikaFalu umfokaMalema ushinga njengensizwa yakwaZulu akaboshweke noMsholozi waboshwa azidle zonke
Indonesia
0
0
0
3
Phumlani Zulu
Phumlani Zulu@psmageba·
Ukhozi CA sports quizz: Bambanani Mbane unama-caps amangaki kwi Banyana Banyana?
Indonesia
26
1
13
472
Danonoyamaqili kaMambulu kaSondokhulu isgodi
@ukhozica Khizo akumele sdukisane umongameli angeke ebekwe amacala okuhlala okuhlala nemali endlini noma ingabe bukhona ukwepholwa komthetho bazodileya njengoba sibonile noMalema bekumele elale ebaliwe izolo kepha kwadileya akavalelwe noZuma waboshwa zonke phakathi uThemba nje!I!
0
0
0
1