SABC izindaba
6K posts

SABC izindaba
@SABCizindaba
Izindaba zesiZulu ozithola ku SABC 1 ngo 13:00 nango 19:00.
Katılım Ocak 2018
10 Takip Edilen20.1K Takipçiler

[IZINDABA] Isikhulu sezemali somkhandludolobha i-Tshwane esisamisiwe uGareth Mnisi uphike walala ngomhlane kukhomishana kaMadlanga ngesikhathi esolwa ngokuthi wasiza inkampani kamfowabo kaSayitsheni Fannie Nkosi ukuba ihlomule ngethenda kulomasipala.#SABCnews
Indonesia

[IZINDABA] USayitsheni Fannie Nkosi kuzomele alinde kuze kube uLwesithathu ukuzwa isinqumo senkantolo esicelweni sakhe sebheyili ecaleni lakhe lokweba, ukuphazamisa ukusebenza kwengalo yomthetho nokutholakala nezibhamu, izinhlamvu namadokodo.#SABCnews

[IZINDABA] UVusimuzi 'Cat' Matlala uvele kafushane enkantolo yeMantshi yase Pitoli ecaleni lokukhwabanisa nenkohlakalo mayelana nethenda lezigidi ezingamakhulu amathathu namashumi ayisithupha zamarandi elatholwa inkampani yakhe emaphoyiseni.#SABCnews
Indonesia

[IZINDABA] Lihlehliselwe uLwesine icala lika lephini lenhloko yeEMPD Julius Mkhwanazi kanye nomphathi womkhandludolobha was' Ekurhuleni uKagiso Lerutla ukuze bezofaka isicelo sebheyili.#SABCnews

Babalelwa ekhulwini namashumi ayisithupha ojele abazithola beqondiswa izigwegwe kanti abanye sebaze bakhonjwa indlela ngenxa yokubandakanyeka ezenzweni zenkohlakalo besebenzisana khona neziboshwa ukuze kufakwe izinto okungamele zingene emajele...#sabcnews
Indonesia

Ungqongqoshe wezobulungiswa uMmamoloko Kubayi ehambisana nephini lakhe uAndries Nel namhlanje babambe isithangami nabameli bakuleli ngenhloso yokuzwa ukukhala kwabo kanye nezimo ababhekene nazo..#sabcnews

Ukhonjwe indlela uSihlalo weNational Freedom Party KwaZulu-Natal uMbali Shinga ngemuva kokutholwa enecala lokungaziphathi kahle kanye nokungalandeli imigomo ethile yeqembu...#sabcnews
Indonesia

Eqhubeka nokwethu ubufakazi ecaleni lokubulawa kuka-Senzo Meyiwa umsolwa wesibili u-Bongani Ntanzi uphikise ubufakazi obethulwa u-Sayitsheni Mogane bokuthi wamisa imoto e-Engine Garage ababehamba ngayo...#sabcnews
Indonesia

UMkhuzi wamaphoyisa eMpumalanga osamisiwe uLieutenant-General Daphney Manamela ubebambe isithangami enza izinsolo ezininda abantu abafana noMkhuzi wamaphoyisa kuzwelonke uJenene Fannie Masemola kanye nalowo owabe enguNgqongqoshe wamaphoyisa uBheki Cele...#sabcnews
Indonesia

I-African National Congress ibambe isithangami nabezindaba eGoli ngenhloso yokucacisa kabanzi ngezinto okubalwa kuzo esikwenzile ukuqinisekisa ukuthi zihamba ngononina izinto kohulumeni bezindawo...#sabcnews

UVusimuzi 'Cat' Matlala uvele kafushane enkantolo yeMantshi yase Pitoli ecaleni lokukhwabanisa nenkohlakalo mayelana nethenda lezigidi ezingamakhulu amathathu namashumi ayisithupha zamarandi elatholwa inkampani yakhe emaphoyiseni...#sabcnews
Indonesia

Isikhulu sezemali somkhandludolobha iTshwane esisamisiwe uGareth Mnisi uphekwa ngobhojwana namhlanje mayelana nobudlelwane bakhe noSayitsheni Fannie Nkosi nezinsolo zokuthi wayegxambukela ekukhishweni kwamathenda kulomasipala...#sabcnews

U-Sayitsheni Fannie Nkosi kuzomele alinde kuze kube uLwesithathu ukuzwa isinqumo senkantolo esicelweni sakhe sebheyili ecaleni lakhe lokweba, ukuphazamisa ukusebenza kwengalo yomthetho nokutholakala nezibhamu, izinhlamvu namadokodo...#sabcnews

UMkhuzi wamaphoyisa eMpumalanga osamisiwe uLieutenant-General Daphney ubebambe isithangami enza izinsolo ezininda abantu abafana noMkhuzi wmaaphoyisa kuzwelonke uJenene Fannie Masemola kanye nalowo owabe enguNgqongqoshe wamaphoyisa uBheki Cele.#Sabcnews
Indonesia

Ukhonjwe indlela uSihlalo weNational Freedom Party KwaZulu-Natal uMbali Shinga ngemuva kokutholwa enecala lokungaziphathi kahle kanye nokungalandeli imigomo ethile yeqembu.#Sabcnews
Indonesia

Babalelwa ekhulwini namashumi ayisithupha ojele abazithola beqondondiswa izigwegwe kanti abanye sebaze bakhonjwa abeze ngayo emsebenzini ngenxa yokubandakanyeka ezenzweni zenkoholakalo la besebenzisana khona neziboshwa ukuze kufakwe izinto okungamele zingene emajele. #sabcnews
Indonesia

IMamelodi Sundowns izobhekana neEsperance yase Tunisia emlenzeni wesibili womdlalo wesigaba esandulela owamanqamu kuCAF Champions League enkundleni iLoftus Versfeld kusasa.
#sabcnews
Suomi

Inkampani ekhiqiza ugesi I-Eskom ifinyelele esivumelwaneni sokwenyusa imiholo yezisebenzi ngamaphesenti ayisikhombisa iminyaka emithathu.
#sabcnews
Indonesia

U-advocate Mthunzi Mhaga oyinhloko yezomthetho ophikweni olushushisa amacala omphakathi iNPA uyena obethula ubufakazi namhlanje eKhomishaneni kaKhampepe ephenya ngezinsolo zokugxambukela kwezithinta ukubusa ekushushisweni kwamacala eTRC.
#sabcnews